Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 1:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 okwafika kuye izwi likaJehova ezinsukwini zikaJosiya, indodana ka-Amoni, inkosi yakwaJuda, ngomnyaka weshumi nantathu wokubusa kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 okwafika kuye izwi likaJehova ezinsukwini zikaJosiya indodana ka-Amoni, inkosi yakwaJuda, ngomnyaka weshumi nantathu wokubusa kwakhe;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Izwi likaSimakade lafika kuye ezinsukwini zikaJosiya, indodana ka-Amoni inkosi yakwaJuda, ngonyaka we-13 wokubusa kwakhe.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 1:2
18 Referans Kwoze  

Izwi likaJehova elafika kuMika waseMoreti ezinsukwini zikaJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda, alibona ngeSamariya neJerusalema.


Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi:


Izwi likaJehova elafika kuHosheya indodana kaBeri emihleni ka-Uziya, noJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda, nasemihleni kaJerobowamu indodana kaJowashi, inkosi yakwa-Israyeli.


Futhi izwi likaJehova lafika kimi, lathi: “Jeremiya, ubonani na? Ngase ngithi: Ngibona induku yomu-alimondi.


Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Kwathi behlezi ekudleni, kwafika izwi likaJehova kumprofethi owambuyisa.


Zithathele umqulu, ulobe kuwo wonke amazwi engawakhuluma kuwe ngo-Israyeli, ngoJuda, nangokumelene nazo zonke izizwe, kusukela osukwini engakhuluma ngalo kuwe, kusukela ezinsukwini zikaJosiya kuze kube manje usuku.


Kusukela ngomnyaka weshumi nantathu kaJosiya indodana ka-Amoni, inkosi yakwaJuda, kuze kube namuhla, okungumnyaka wamashumi amabili nantathu, izwi likaJehova lafika kimi, ngakhuluma kini, ngivuka ekuseni, ngalikhuluma; kodwa kalilalelanga.


Abantu bezwe bababulala bonke ababeyenzela inkosi u-Amoni ugobe; abantu bezwe babeka uJosiya indodana yakhe inkosi esikhundleni sakhe.


Wamemeza nge-altare ngezwi likaJehova, wathi: “O altare, altare, usho kanje uJehova; Bheka, kuyakuzalelwa endlini kaDavide umntwana ogama lakhe linguJosiya; uyakunikela phezu kwakho abapristi bezindawo eziphakemeyo abashunqisa umusi phezu kwakho, kushiswe amathambo abantu phezu kwakho.


UManase wayeselala koyise, wembelwa ensimini yendlu yakhe, ensimini ka-Uza; u-Amoni indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ngomnyaka weshumi nesishiyagalombili wenkosi uJosiya inkosi yathuma uShafani indodana ka-Asaliya kaMeshulamu, umbhali, endlini kaJehova ukuba ithi:


INkosi yasisithi kimi emihleni yenkosi uJosiya: Ubonile yini akwenzileyo umchasi uIsrayeli? wakhwela phezu kwazo zonke izintaba eziphakemeyo naphansi kwayo yonke imithi eluhlaza, wafeba khona.


Izwi likaJehova lafika kuJeremiya umprofethi ngemva kokuba umprofethi uHananiya ephule ijoka entanyeni kaJeremiya umprofethi, lathi:


Izwi likaJehova elafika kuJoweli indodana kaPetuweli.


Izwi likaJehova elafika kuZefaniya, indodana kaKushi, indodana kaGedaliya, indodana ka-Amariya, indodana kaHezekiya, ezinsukwini zikaJosiya, indodana ka-Amoni, inkosi yakwaJuda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite