Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 9:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wasememeza ngelizwi elikhulu ezindlebeni zami wathi: Kabasondele iziphathamandla phezu komuzi, ngulowo lalowo ephethe isikhali sakhe sokubhubhisa esandleni sakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wayesememeza ezindlebeni zami ngezwi elikhulu, ethi: “Mazisondele izijeziso zomuzi, kube yilowo nalowo abe nezikhali zokubulala esandleni sakhe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 USimakade wayesememeza ezindlebeni zami ngezwi elikhulu, ethi: “Zisondele izijeziso zomuzi, yilowo nalowo uphethe ngesandla sakhe isikhali sokubulala.”

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 9:1
11 Referans Kwoze  

Ngase ngizwa izwi leNkosi lithi: “Ngiyakuthuma bani, futhi ngubani oyakusiyela na?” Ngase ngithi: Nangu mina; ngithumele.


Lithi ngezwi elikhulu: Mesabeni uNkulunkulu, nimnike inkazimulo; ngokuba ihora lokwahlulela kwakhe selifikile, nikhuleke kuye owenza izulu, nomhlaba, nolwandle, nemithombo yamanzi.


UNkulunkulu wathuma ingelosi eJerusalema ukuba ilichithe; kwathi esachitha, uJehova wakubona, wazisola ngobubi, wathi engelosini echithayo: “Kwanele, bamba isandla sakho.” Ingelosi kaJehova yayimi esibuyeni sika-Orinani umJebusi.


Lapho bengena ukunikela ngemihlatshelo neminikelo yokushiswa, uJehu wabeka amadoda angamashumi ayisishiyagalombili ngaphandle, wathi: “Uma kuphunyuka oyedwa kumadoda engiwalethe esandleni senu, omkhululayo, ukuphila kwakhe kuyakuba sesikhundleni sokuphila kwakhe.”


Ngokuba uJehova uyakudabula ukuba anqobe abaseGibithe; uma ebona igazi embundwini ongaphezulu nasezinsikeni zombili zomnyango, uJehova uyakudlula ngasemnyango, angamvumeli umchithi ukuba angene ezindlini zenu ukuba anihlule.


Kwakunjengokubonakala kombono engawubonayo, njengombono engawubona lapho ngifika ukuchitha umuzi; ubuso babunjengobuso engabubona emfuleni iKhebari; ngase ngiwa ngobuso.


Phakamisani isimiso eSiyoni; buyela emuva, ungahlali, ngokuba ngiyakuletha ububi obuvela enyakatho nencithakalo enkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite