Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 8:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngase ngibona, ngabona okufana nomlilo; kusukela okhalweni lwakhe kuya phezulu, njengokukhazimula, njengokukhazimulayo, njengokukhazimula kwegolide;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngase ngibona, bheka, kwakunjengokubonakala komlilo; kusukela kokungathi ukhalo kuya phansi kwakungumlilo, kusukela okhalweni kuya phezulu kwakunjengokukhazimula nanjengethusi elimenyezelayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ngabona; bheka, okwakubonakala kunjengomlilo, kusukela kokungathi ukhalo kwehle, kwakunomlilo. Kusukela okhalo kuya kwesingenhla kwakunjengokukhazimula futhi kungathi yinto emenyezelayo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 8:2
7 Referans Kwoze  

Ngabona, bheka, kwavela umoya oyisivunguvungu enyakatho, ifu elikhulu nomlilo ulisibekela, nokukhanya nxazonke zalo, nokuvela kulo okunjengombala wenhlaka, kuvela phakathi komlilo.


Kwathi ngomnyaka wesithupha, ngenyanga yesithupha, ngolwesihlanu lwenyanga, ngihlezi endlini yami, namalunga akwaJuda ehlezi phambi kwami, isandla seNkosi uJehova sawela phezu kwami khona.


Wangiyisa khona; bheka, kwakukhona umuntu okubonakala kunjengethusi, ephethe umucu wefilakisi esandleni sakhe, nodondolo lokulinganisa; wema esangweni.


Umzimba wakhe wawunjengoboya, nobuso bakhe bunjengokubonakala kombani, namehlo akhe enjengezibani zomlilo, izingalo zakhe nezinyawo zakhe zinjengethusi elimibalabala, nomsindo wamazwi akhe njengezwi lesixuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite