UHezekeli 8:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 Kwakumi phambi kwazo amadoda angamashumi ayisikhombisa amalunga endlu yakwa-Israyeli, noJahesaniya indodana kaShafani emi phakathi kwawo, kwaba yilowo nalowo ephethe umcengezi wakhe wempepho esandleni sakhe; kwenyuka ifu elinzima lempepho. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Kwakumi phambi kwabo abantu abangamashumi ayisikhombisa bamalunga endlu yakwa-Israyeli, naphakathi kwabo uJahazaniya indodana kaShafani, kwaba yilowo nalowo enomcengezi wakhe womlilo esandleni sakhe, nephunga lefu lempepho lenyuka. Gade chapit laIsiZulu 202011 Lapho kwakumi abantu abangama-70, abangamalunga endlu yakwa-Israyeli; phakathi kwabo kunoJahazaniya, indodana kaShafani. Yilowo nalowo muntu wayephethe ngesandla isitsha sakhe sempepho, nephunga lefu lempepho lenyukela phezulu. Gade chapit la |