Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 6:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Bayakwazi ukuthi nginguJehova, nokuthi angishongo ngeze ukuthi ngiyakubenza lobu bubi kubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Bayakwazi ukuthi nginguJehova; angishongo ngeze ukuthi ngiyakwenza lokhu okubi kubo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Bayakukwazi ukuthi nginguSimakade; angikhulumanga ize ukuthi ngizokwehlisela kubo le nhlekelele.’

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 6:10
11 Referans Kwoze  

Futhi wawaqinisa amazwi akhe awakhuluma ngokumelene nathi nabahluleli bethu ababesiqondisa ngokuletha inhlekelele enkulu phezu kwethu, ngoba ngaphansi kwalo lonke izulu akuzange kwenzeke njengaseJerusalema.


Abaphunyuka enkembeni bayakubuya ezweni laseGibithe, babuyele ezweni lakwaJuda, bengaba yingcosana ngomumo; yonke insali yakwaJuda eye ezweni laseGibithe ukuba igogobale khona iyakwazi ukuthi yiliphi izwi eliyakuma, elami noma elabo.


Kepha amazwi ami nezimiso zami engayala ngakho izinceku zami abaprofethi, akubambanga yini koyihlo na? babuya, bathi: “Njengokuba uJehova Sebawoti wayehlosile ukwenza kithi njengezindlela zethu nezenzo zethu, wenze njalo kithi.


Abanqotshiweyo bayakuwa phakathi kwenu, nazi ukuthi nginguJehova.


Abaphunyukileyo kini bayakungikhumbula phakathi kwezizwe abayothunjelwa kuzo, ngokuba ngiphukile izinhliziyo zabo eziyisifebe ezingishiyileyo namehlo abo aphinga nezithombe zabo; banengwe ngenxa yobubi ababenzile kuzo zonke izinengiso zabo.


Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Shaya ngesandla sakho, unyathele ngonyawo lwakho, uthi: ‘Maye kuzo zonke izinengiso ezimbi zendlu yakwa-Israyeli! ngokuba bayakuwa ngenkemba, nangendlala, nangesifo.


Ngokuba nginguJehova; Ngizokhuluma, futhi izwi engizolikhuluma liyokwenzeka; akusayikunwetshwa, ngokuba ezinsukwini zenu nina ndlu ehlubukayo ngiyakukhuluma izwi, ngilenze, isho iNkosi uJehova.


Ngakho ulaka lwami luzaphela, ngibeke ulaka lwami phezu kwabo, ngiduduzeke; ziyakwazi ukuthi mina, Jehova, ngikukhulumile ngokushisekela kwami, lapho sengigcwalise ukufutheka kwami kubo.


Inhliziyo yakho ingama yini, noma izandla zakho zibe namandla ezinsukwini engiyakuphathana nawe ngazo? Mina Jehova ngikukhulumile, futhi ngiyakukwenza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite