Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 5:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bese uthatha futhi kubo, uziphonse phakathi komlilo, uzishise ngomlilo; ngoba kuyo kuphuma umlilo kuyo yonke indlu ka-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Futhi kuzona uyakuthatha, uziphonse phakathi komlilo, uzishise ngomlilo; kuyakuvela lapho umlilo, ungene endlini yonke yakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Uyakuthatha futhi ezinye zazo uziphonse emlilweni, uzishise emlilweni. Kuyakuqubuka umlilo lapho, umelane nayo yonke indlu yakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 5:4
7 Referans Kwoze  

Ngomnyaka wamashumi amabili nantathu kaNebukadinesari uNebuzaradani induna yabalindi wathumba phakathi kwabaJuda abantu abangamakhulu ayisikhombisa namashumi amane nanhlanu; bonke abantu babe yizinkulungwane ezine namakhulu ayisithupha.


Ababalekayo bema emthunzini weHeshiboni ngenxa yamandla, kepha umlilo uyakuphuma eHeshiboni, nelangabi phakathi kukaSihoni, lidle ikona likaMowabi nekhanda labahlukumezi.


Zisokeleni kuJehova, nisuse ijwabu lezinhliziyo zenu, madoda akwaJuda nabakhileyo eJerusalema, ukuze ulaka lwami lungaphumi njengomlilo, luvuthe kungekho ongawucima, ngenxa yobubi bezenzo zenu.


Kodwa ngenyanga yesikhombisa u-Ishmayeli indodana kaNethaniya indodana ka-Elishama wozalo lwenkosi wafika wabulala amadoda ayishumi kanye naye noGedaliya, wafa, kanye namaJuda namaKhaledi ayenaye eMispa.


Kumelwe futhi nithathe ezinye zazo nizibophe emigqonyeni yenu.


Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Leli yiJerusalema: ngilimise phakathi kwezizwe namazwe alizungezile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite