UHezekeli 5:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Ngakho oyise bayakudla amadodana phakathi kwakho, amadodana adle oyise; ngiyakwenza izahlulelo phezu kwakho, ngiyihlakazele yonke insali yakho emimoyeni yonke. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Ngalokho oyise bayakudla abantwana babo phakathi kwakho, abantwana badle oyise, ngenze izahlulelo phakathi kwakho, ngihlakaze kuyo yonke imimoya yonke insali yakho. Gade chapit laIsiZulu 202010 Ngakho-ke abazali bayakudla abantwana babo phakathi kwakho, nabantwana badle abazali, ngiyakuletha ukwehlulela kuwe, kuthi insali yenu ngiyihlakazele kuyo yonke imimoya. Gade chapit la |
Ngiyakuthatha insali yakwaJuda ebhekise ubuso bayo ukuba iye ezweni laseGibithe ukuba igogobale khona, futhi iyoqedwa yonke, iwe ezweni laseGibithe; bayoqedwa ngisho nangenkemba nangendlala; bayakufa, kusukela komncane kuye komkhulu ngenkemba nangendlala; bayakuba yinhlekisa, nesimangaliso, nesiqalekiso, nesihlamba.