Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 47:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Lapho umuntu ephuma eya ngasempumalanga, enentambo yokulinganisa esandleni sakhe, walinganisa izingalo eziyinkulungwane, wangidabula emanzini; amanzi ayefika emaqakaleni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Lapho umuntu esephuma, eya ngasempumalanga, enomucu wokulinganisa esandleni sakhe, walinganisa izingalo eziyinkulungwane, wangidabulisa emanzini, amanzi efinyelela emaqakaleni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kwase kuphuma umuntu, eya ngasempumalanga, ephethe umucu wokulinganisa esandleni sakhe, walinganisa kwaba ngamakhubhithi ayinkulungwane, wayesengiweza emanzini, amanzi ayefinyelela emaqakaleni.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 47:3
12 Referans Kwoze  

Wangiyisa khona; bheka, kwakukhona umuntu okubonakala kunjengethusi, ephethe umucu wefilakisi esandleni sakhe, nodondolo lokulinganisa; wema esangweni.


Owayekhuluma nami wayenohlanga lwegolide ukuba alinganise umuzi, namasango awo, nogange lwawo.


Nganikwa umhlanga onjengodondolo, ingelosi yema, yathi: “Sukuma, ulinganise ithempeli likaNkulunkulu, ne-altare, nabakhuleka kulo.


Ngakho-ke ephakanyiselwe ngakwesokunene sikaNkulunkulu, esamukele kuYise isithembiso sikaMoya oNgcwele, ukuchithile lokhu enikubonayo nenikuzwayo manje.


Base begcwala bonke uMoya oNgcwele, baqala ukukhuluma ngezinye izilimi, njengalokho uMoya wabapha ukuphumisela.


Bhekani, ngiyathumela kini isithembiso sikaBaba, kepha hlalani emzini waseJerusalema, nize nembathiswe amandla avela phezulu.


Ngaphinda ngaphakamisa amehlo ami, ngabona, bheka, nanko umuntu enentambo yokulinganisa esandleni sakhe.


Wayesengikhipha ngendlela yesango elingasenyakatho, wangihola ngendlela engaphandle, waya esangweni elingaphandle ngendlela ebheke empumalanga; bheka, amanzi aphuma ngakwesokunene.


Wabuye walinganisa inkulungwane, wangidabulisa emanzini; amanzi ayefika emadolweni. Wabuye walinganisa inkulungwane, wangidabula; amanzi ayefika okhalweni.


Ngokuba mina, usho uJehova, ngiyakuba lugange lomlilo kulo nxazonke nenkazimulo phakathi kwalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite