Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 44:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wayesethi uJehova kimi; Leli sango kufanele livalwe, akufanele livulwe, futhi akekho ongangena ngalo; ngokuba uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ungenile ngalo, ngalokho lizovalwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UJehova wathi kimi: “Leli sango liyakuvalwa, aliyikuvulwa, akuyikungena muntu ngalo, ngokuba uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ungenile ngalo; liyakuhlala livaliwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 USimakade wathi kimi: “Leli sango liyakuvalwa, lingavulwa, kungangeni muntu ngalo, ngokuba uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli ungene ngalo, yingakho-ke liyakuhlala livaliwe.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 44:2
5 Referans Kwoze  

Babona uNkulunkulu ka-Israyeli, futhi ngaphansi kwezinyawo zakhe kwakunjengomsebenzi ogandayiwe wetshe lesafire, nanjengendikimba yezulu ekukhazimuleni kwawo.


Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Isango legceke elingaphakathi elibheke ngasempumalanga liyakuvalwa izinsuku eziyisithupha zokusebenza; kodwa ngesabatha kumelwe livulwe, futhi ngosuku lokwethwasa kwenyanga kumelwe livulwe.


Wayesengiyisa esangweni, isango elibheke ngasempumalanga;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite