Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 43:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wayesengiyisa esangweni, isango elibheke ngasempumalanga;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wayesengiyisa esangweni, isango elibheke ngasempumalanga;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Umuntu wayesengithatha engiyisa esangweni elibheke ngasempumalanga.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 43:1
7 Referans Kwoze  

Wayesengibuyisela ngasesangweni lendlu engcwele elingaphandle elibheke ngasempumalanga; lase livaliwe.


Eseqedile ukulinganisa indlu engaphakathi, wangikhiphela esangweni elibheke ngasempumalanga, walilinganisa nxazonke.


Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Isango legceke elingaphakathi elibheke ngasempumalanga liyakuvalwa izinsuku eziyisithupha zokusebenza; kodwa ngesabatha kumelwe livulwe, futhi ngosuku lokwethwasa kwenyanga kumelwe livulwe.


Yafika esangweni elibheke ngasempumalanga, yakhuphuka ngezitebhisi zalo, yalinganisa umbundu wesango, wawuluhlanga olulodwa ububanzi; lomunye umbundu wesango wawumhlanga owodwa ububanzi.


Amakherubi aphakamisa amaphiko awo, asuka emhlabeni phambi kwamehlo ami; inkazimulo kaNkulunkulu ka-Israyeli yayiphezu kwabo.


Inkazimulo kaJehova yangena endlini ngesango elibheke ngasempumalanga.


Wayesethi uJehova kimi; Leli sango kufanele livalwe, akufanele livulwe, futhi akekho ongangena ngalo; ngokuba uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ungenile ngalo, ngalokho lizovalwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite