Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 42:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Amakamelo ayesebubanzini bodonga lwegceke ngasempumalanga, maqondana nendawo ehlukanisiweyo naphambi kwesakhiwo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Lapho ugange lwegceke lwaludumbile khona ngasempumalanga, ngaphambi kwendawo eyahlukanisiweyo naphambi kwesakhiwo, kwakukhona amakamelo nalapho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Lapho ugange lwegceke lwalubanzi khona ngasempumalanga, phambi kwendawo eyahlukanisiweyo naphambi kwesakhiwo; nalapho kwakukhona amakamelo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 42:10
5 Referans Kwoze  

Wayesengikhiphela egcekeni elingaphandle, indlela eya enyakatho; wangingenisa ekamelweni elibhekene nendawo esesithelweni, elalingaphambi kwesakhiwo, ngasenyakatho.


Wathi kimi: “Amakamelo asenyakatho namakamelo aseningizimu aphambi kwendawo ehlukanisiweyo, lawa angamakamelo angcwele, lapho abapristi abasondela kuJehova bayakudla khona izinto ezingcwelengcwele; nomnikelo wempuphu, nomnikelo wesono, nomnikelo wecala; ngoba indawo ingcwele.


Udonga olwalungaphandle kwamakamelo ngasegcekeni elingaphandle phambi kwamakamelo, ubude balo buyizingalo ezingamashumi ayisihlanu.


Wayesengiyisa egcekeni elingaphandle; bheka, kwakukhona amakamelo nendawo egandayo yegceke nxazonke; amakamelo angamashumi amathathu ayesendaweni egandayiweyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite