Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 42:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wayesengikhiphela egcekeni elingaphandle, indlela eya enyakatho; wangingenisa ekamelweni elibhekene nendawo esesithelweni, elalingaphambi kwesakhiwo, ngasenyakatho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wayesengiphumisela egcekeni elingaphandle ngasenyakatho, wangingenisa ekamelweni elibhekene nendawo eyahlukanisiweyo, elimalungana nesakhiwo ngasenyakatho,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Wayesengikhipha egcekeni elingaphandle elingasenyakatho, wangingenisa ekamelweni elibhekene nendawo eyahlukanisiweyo, eliqondene nesakhiwo esingasenyakatho,

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 42:1
14 Referans Kwoze  

Isango legceke elingaphandle elibheke enyakatho, yalinganisa ubude nobubanzi balo.


Wayesengiyisa egcekeni elingaphandle; bheka, kwakukhona amakamelo nendawo egandayo yegceke nxazonke; amakamelo angamashumi amathathu ayesendaweni egandayiweyo.


Wathi kimi: “Amakamelo asenyakatho namakamelo aseningizimu aphambi kwendawo ehlukanisiweyo, lawa angamakamelo angcwele, lapho abapristi abasondela kuJehova bayakudla khona izinto ezingcwelengcwele; nomnikelo wempuphu, nomnikelo wesono, nomnikelo wecala; ngoba indawo ingcwele.


Phambi kwamakamelo kwakukhona indlela eyizingalo eziyishumi ububanzi phakathi kwayo, nomzila oyingalo eyodwa; iminyango yawo ibheke enyakatho.


Wayesengingenisa ethempelini, walinganisa izinsika: ububanzi buyizingalo eziyisithupha ngalapha nezingalo eziyisithupha ububanzi ngalapha, yibo ububanzi betabernakele.


Kepha igceke elingaphandle kwethempeli ulishiye ngaphandle, ungalilinganisi; ngokuba linikiwe abezizwe, nomuzi ongcwele bayakuwunyathela phansi izinyanga ezingamashumi amane nambili.


Amakamelo ayesebubanzini bodonga lwegceke ngasempumalanga, maqondana nendawo ehlukanisiweyo naphambi kwesakhiwo.


Ububanzi bodonga lwegumbi eliseceleni ngaphandle babuyizingalo eziyisihlanu; futhi okwakusele kwakuyindawo yamakamelo asemaceleni ayengaphakathi.


Ngemva kwalokho wangiyisa eningizimu, futhi kwakukhona isango eningizimu; yalinganisa izinsika zalo zomnyango nompheme walo njengezilinganiso zalo.


Wenza nezinsika zomnyango eziyizingalo ezingamashumi ayisithupha, kuze kube sensikeni yomnyango wegceke nxazonke zesango.


Wayesengingenisa egcekeni elingaphakathi ngesango laseningizimu; yalinganisa isango laseningizimu njengezilinganiso zalo;


Phakathi kwamakamelo kwakukhona ububanzi obuyizingalo ezingamashumi amabili nxazonke zendlu inhlangothi zonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite