Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 4:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Zithathele ukolweni, nebhali, nobhontshisi, nodali, namabele, nesipelite, ukubeke esitsheni sinye, uzenzele isinkwa sakho njengenani lezinsuku ozolala ngohlangothi lwakho izinsuku ezingamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye. Kumelwe adle kuzo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Futhi zithathele ukolweni, nebhali,* nobhontshisi, nembumba, nonyaluthi, nesipelite,* ukubeke esitsheni sibe sinye, uzenzele isinkwa ngakho ngokomumo wezinsuku oyakulala ngazo ngohlangothi lwakho, izinsuku ezingamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye, usidle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 “Zithathele futhi ukolo, ibhali, ubhontshisi, imbumba, unyaluthi nesiphelithe, ukufake esitsheni esisodwa, bese uzenzela ngakho isinkwa. Uyakusidla ngokwenani lezinsuku oyozilala ngohlangothi, izinsuku ezingama-390.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 4:9
5 Referans Kwoze  

Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, bheka, ngiyakwephula udondolo lwesinkwa eJerusalema, badle isinkwa ngesilinganiso nangokukhathazeka; futhi bayophuza amanzi ngesilinganiso nangokumangala.


UJehova wathi: “Ngakho abantwana bakwa-Israyeli bayakudla isinkwa sabo esingcolileyo phakathi kwezizwe, lapho ngiyobaxosha khona.”


Lapho esekucacisile ukubonakala kwawo, akazikhiphi izimpethu, alahle ikhumini, athele ukolweni wokuqala, nebhali nokhula endaweni yako?


UJakobe wamnika u-Esawu isinkwa nepani likadali; wadla waphuza wasukuma wahamba. Wadelela-ke u-Esawu ubuzibulo bakhe.


Kodwa ukolweni nokhula akubhuqwanga, ngokuba kwakungekukhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite