Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 4:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 UJehova wathi: “Ngakho abantwana bakwa-Israyeli bayakudla isinkwa sabo esingcolileyo phakathi kwezizwe, lapho ngiyobaxosha khona.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wathi uJehova: “Kanjalo nabantwana bakwa-Israyeli bayakusidla isinkwa sabo singcolile phakathi kwezizwe engiyakubaxoshela kuzo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 USimakade wathi: “Kanjalo abantu bakwa-Israyeli bayakusidla isinkwa sabo esingcolile phakathi kwezizwe, lapho ngiyobaxoshela khona.”

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 4:13
3 Referans Kwoze  

Kepha uDaniyeli wanquma enhliziyweni yakhe ukuthi angazingcolisi ngokudla kwenkosi nangewayini aliphuzayo; ngakho wacela induna yenkundla ukuthi ingamngcolisi.


Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Umkakho uyakuba isifebe emzini, amadodana akho namadodakazi akho ayakuwa ngenkemba, izwe lakho lihlukaniswe ngentambo; futhi niyofela ezweni elingcolile, futhi u-Israyeli ngokuqinisekile uyoya ekudingisweni asuke ezweni lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite