Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 39:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Bheka, kuyeza, kuyakwenzeka, usho uJehova; yilo lolu usuku engakhuluma ngalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bheka, kuyeza, kuyakwenzeka, isho iNkosi uJehova; yilolo suku engikhulume ngalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Uyabona-ke, kuyeza, futhi kuzokwenzeka; yilolo-ke usuku engikhulume ngalo,” ’ ” kusho iNkosi uSimakade.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 39:8
10 Referans Kwoze  

Usho kanje uJehova, uthi: “Nguwe yini engakhuluma ngaye endulo ngesandla sezinceku zami abaprofethi bakwa-Israyeli ababeprofetha ngalezo zinsuku iminyaka eminingi ukuthi ngiyakukuyisa kubo na?


Wathi kimi: Sekwenzekile. Mina ngingu-Alfa no-Omega, isiqalo nesiphetho. Owomileyo ngiyakumnika ngesihle emthonjeni wamanzi okuphila.


Eyesikhombisa yathululela isitsha sayo emoyeni; kwavela izwi elikhulu ethempelini lasezulwini, livela esihlalweni sobukhosi, lithi: “Sekwenzekile.”


Kodwa, bathandekayo, ningayikhohlwa lento eyodwa, ukuthi usuku olulodwa eNkosini lunjengeminyaka eyinkulungwane, neminyaka eyinkulungwane injengosuku olulodwa.


Ngiyakwenza igama lami elingcwele laziwe phakathi kwabantu bami u-Israyeli; futhi ngeke ngisabavumela ukuba bangcolise igama lami elingcwele; izizwe ziyakwazi ukuthi nginguJehova oNgcwele kwa-Israyeli.


Abahlala emizini yakwa-Israyeli bayakuphuma, bashise izikhali, izihlangu, nezihlangu, neminsalo, nemicibisholo, nezinduku, nemikhonto, bakushise ngomlilo iminyaka eyisikhombisa;


ngimemezele isiphetho kwasekuqaleni nasendulo izinto ezingakenziwa, nithi: Isiluleko sami siyakuma, ngenze yonke intando yami;


Futhi lapho lokhu kwenzeka, bheka, kuyofika, khona-ke bayokwazi ukuthi kwakukhona umprofethi phakathi kwabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite