Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 39:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Niyakuwela endle, ngokuba mina ngikhulumile,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Uyakuwa ebusweni bomhlaba, ngokuba mina ngikhulumile, isho iNkosi uJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Uyakuqumbeka phansi ebusweni bomhlaba, ngokuba Mina ngikhulumile,” ’ ” kusho iNkosi uSimakade.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 39:5
8 Referans Kwoze  

Ngiyakukushiya emhlabeni, ngikulahle endle, zihlale phezu kwakho zonke izinyoni zezulu, ngigcwalise ngawe izilwane zomhlaba wonke.


Ngiyakukwenza ukuba uphonseke ehlane, wena nazo zonke izinhlanzi zemifula yakho; uyakuwa endle; awuyikubuthwa, ungaqoqwa; ngikunike ukuba ube ngukudla kwezilwane zasendle nokwezinyoni zezulu.


Uzangcwatshwa ngokungcwatshwa kwembongolo, adonswe alahlwe ngaphandle kwamasango eJerusalema.


Bayowendlala phambi kwelanga nenyanga naphambi kwebandla lonke lasezulwini ababelithanda nababelikhonza, ababelilandela, ababelifuna, bekhuleka; abayikubuthwa, bangangcwatshwa; bazakuba semhlabeni ukuze babe ngumquba.


Ngiyakugcwalisa izintaba zakhe ngababuleweyo bakhe, emagqumeni akho nasezigodini zakho nakuyo yonke imifula yakho ababulewe ngenkemba bayakuwa.


Uzakuwa ezintabeni zakwaIsrayeli, wena lawo wonke amaviyo akho labantu abalawe; ngiyakukunikela ezinyonini ezidla inyama yezinhlobo zonke nasezilwaneni zasendle ukuba udliwe.


Ngiyakuphonsa umlilo kwaMagogi naphakathi kwabahlezi ngokulondeka eziqhingini, bazi ukuthi nginguJehova.


Ngalolo suku uJehova uyakuhambela impi yasezindaweni eziphakemeyo, namakhosi omhlaba asemhlabeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite