Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 32:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi ngomnyaka weshumi nambili, ngenyanga yeshumi nambili, ngolokuqala lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ngomnyaka weshumi nambili, ngenyanga yeshumi nambili, ngolokuqala lwenyanga lafika kimi izwi likaJehova, lathi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Kwathi ngonyaka we-12, ngenyanga ye-12, ngosuku lokuqala enyangeni, izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 32:1
12 Referans Kwoze  

Kwathi ngomnyaka weshumi nambili, ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Kwathi ngomnyaka weshumi nanye, ngenyanga yokuqala, ngosuku lwesikhombisa lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Kwathi ngomnyaka weshumi nambili wokudingiswa kwethu, ngenyanga yeshumi, ngolwesihlanu lwenyanga, kwafika kimi owaphunyuka eJerusalema, wathi: “Umuzi unqotshiwe.


Kwathi ngomnyaka weshumi nanye, ngenyanga yesithathu, ngolokuqala lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Kwathi ngomnyaka wamashumi amabili nesikhombisa, ngenyanga yokuqala, ngolokuqala lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Kwathi ngomnyaka weshumi, ngenyanga yeshumi, ngosuku lweshumi nambili lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Ngosuku lwesihlanu lwenyanga, okwakungumnyaka wesihlanu wokuthunjwa kwenkosi uJehoyakini,


Ngomnyaka wamashumi amabili nanhlanu wokuthunjwa kwethu, ekuqaleni konyaka, ngolweshumi lwenyanga, ngomnyaka weshumi nane emva kokunqotshwa komuzi, ngalona lolo suku isandla sikaJehova saba phezu kwami, wangiyisa khona.


Ngalolo suku kuyakuba khona i-altare likaJehova phakathi kwezwe laseGibithe, netshe lesikhumbuzo kuJehova emngceleni walo.


Izwi likaJehova lafika kuJeremiya eThagpanesi, lathi:


Izwi likaJehova elafika kumprofethi uJeremiya ngokumelene nabezizwe;


Kwathi ngomnyaka wesithupha, ngenyanga yesithupha, ngolwesihlanu lwenyanga, ngihlezi endlini yami, namalunga akwaJuda ehlezi phambi kwami, isandla seNkosi uJehova sawela phezu kwami khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite