1 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:
1 Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:
Kwathi ngomnyaka wamashumi amabili nesikhombisa, ngenyanga yokuqala, ngolokuqala lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi:
Ngalolo suku ngiyakuhlumisa uphondo lwendlu yakwa-Israyeli, ngikunike ukuvulwa komlomo phakathi kwabo; bazakwazi ukuthi nginguJehova.
Ndodana yomuntu, profetha uthi: Itsho njalo iNkosi uJehova; Khala, maye ngosuku!
Ngalolo suku kuyakuba khona i-altare likaJehova phakathi kwezwe laseGibithe, netshe lesikhumbuzo kuJehova emngceleni walo.
Izwi likaJehova lafika kuJeremiya eThagpanesi, lathi:
Futhi lapho efika, uyonqoba izwe laseGibhithe futhi asindise labo abafileyo ekufeni; nalabo abafanele ukuthunjwa baye ekuthunjweni; labafanele inkemba baya enkembeni.
Izwi likaJehova elafika kumprofethi uJeremiya ngokumelene nabezizwe;
Ndodana yomuntu, bhekisa ubuso bakho kuFaro, inkosi yaseGibithe, uprofethe ngaye nangeGibithe lonke.
Ngoba ngenzé ukwesabeka kwami ezweni labaphilayo, futhi uyolaliswa phakathi kwabangasokile kanye nalabo ababulewe ngenkemba, okungukuthi uFaro naso sonke isixuku sakhe, isho iNkosi uJehova.