Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 3:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Bheka, ngenze ubuso bakho buqine bufane nobuso babo, nebunzi lakho libe lukhuni phambi kwamabunzi abo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bheka, ngenze ubuso bakho bube lukhuni njengobuso babo, nebunzi lakho libe nqala njengamabunzi abo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Ngenza ubuso bakho bube lukhuni njengobuso babo, nebunzi lakho libe lukhuni njengamabunzi abo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 3:8
13 Referans Kwoze  

Ngokuba bheka, ngikwenzé namuhla ube ngumuzi ovikelekileyo, nensika yensimbi, nezindonga zethusi phezu kwezwe lonke, naphezu kwamakhosi akwaJuda, naphezu kwezikhulu zalo, naphezu kwabapristi balo, nakubantu bezwe.


Ngokukholwa washiya iGibithe, engesabi ulaka lwenkosi, ngokuba waqinisela sengathi uyambona ongabonwayo.


Kepha mina ngigcwele amandla ngoMoya kaJehova, nobulungisa namandla, ukuze ngishumayele kuJakobe isiphambeko sakhe, no-Israyeli isono sakhe.


Ngiyakukwenza ugange lwethusi olubiyelweyo kulaba bantu; bayakulwa nawe, kepha abayikukwehlula; ngokuba nginawe ukuba ngikukhulule, ngikusindise,” usho uJehova.


Ngokuba iNkosi uJehova iyakungisiza; ngakho-ke angiyikuma nginamahloni;


UAhabi wasesithi kuElija: Ungitholile yini, sitha sami? Wathi: “Ngikutholile, ngokuba uzithengise ukwenza okubi emehlweni kaJehova.”


Jehova, amehlo akho awagxilile eqinisweni na? Wabashaya, kepha abadabukanga; Wabaqeda, kepha bala ukujeziswa; benza ubuso babo baba lukhuni kunedwala; bala ukubuya.


Kodwa indlu kaIsrayeli kayiyikulalela; ngoba kabayikungilalela, ngoba yonke indlu kaIsrayeli ilukhuni lenhliziyo elukhuni.


Ngenzé ibunzi lakho laba lukhuni kunetshe; ungabesabi, ungapheli amandla phambi kwabo, nakuba beyindlu edlubulundayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite