Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 3:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, hamba uye endlini ka-Israyeli, ukhulume amazwi ami kubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, hamba uye endlini yakwa-Israyeli, ukhulume kuyo ngamazwi ami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, hamba uye endlini yakwa-Israyeli, ukhulume amazwi ami kuyo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 3:4
12 Referans Kwoze  

Kepha nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya, kuze kube sekugcineni komhlaba.


Kodwa waphendula wathi: Kangithunywanga kuphela ezimvini ezilahlekileyo zendlu kaIsrayeli.


Hamba uye kubathunjwa, kubantwana babantu bakini, ukhulume kubo, uthi kubo: Itsho njalo iNkosi uJehova; noma bezwa, noma bayeke.


Kumelwe ukhulume amazwi ami kubo, kungakhathaliseki ukuthi bafuna ukuwezwa noma bayabayeka beme, ngoba bahlubuka kakhulu.


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, ngiyakuthuma kubantwana bakwa-Israyeli, esizweni esihlubukayo esingihlubukileyo; bona naboyise baphambukile kimi kuze kube namuhla.


Wayesethi kimi: “Ndodana yomuntu, isisu sakho masidle, ugcwalise izibilini zakho ngalo msebenzi engikunika wona. Ngabe sengisidla; yayisemlonyeni wami njengoju lwezinyosi, ibe mnandi.


Ngokuba awuthunyelwanga kubantu abanenkulumo eyinqaba nolimi olulukhuni, kepha kuyo indlu yakwa-Israyeli;


Ngakho profetha ngokumelene nabo, profetha, ndodana yomuntu!


Ngase ngibatshela ngeziboshwa zonke izinto uJehova ayengibonise zona.


Ngakho-ke, ndodana yomuntu, khuluma kuyo indlu yakwa-Israyeli, uthi kubo: Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Kodwa kulokhu oyihlo bangithukile ngokuphambuka kwabo kimi.


Ngoba bangabantwana abaxhwalileyo lenhliziyo elukhuni. Ngiyakuthuma kubo; uthi kubo: Isho kanje iNkosi uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite