Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 3:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, thatha onke amazwi ami engiyakuwakhuluma kuwe enhliziyweni yakho, uwezwe ngezindlebe zakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Futhi wathi kimi: “Ndodana yomuntu, onke amazwi ami engiyakuwakhuluma kuwe wamukele enhliziyweni yakho, uzwe ngezindlebe zakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Wabuye wathi kimi: “Ndodana yomuntu, wonke amazwi ami engiyakuwakhuluma kuwe, afake enhliziyweni yakho, uwezwe ngezindlebe zakho.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 3:10
13 Referans Kwoze  

Izwi lakho ngalifihla enhliziyweni yami, ukuze ngingoni kuwe.


Yamukela umthetho ophuma emlonyeni wakhe, ugcine amazwi akhe enhliziyweni yakho.


Ngakho siyanincenga, bazalwane, siyaniyala ngeNkosi uJesu ukuba njengalokho nakwamukela kithi ukuthi nifanele ukuhamba nokumthokozisa kanjani uNkulunkulu, nivame kakhulu kanjalo.


Ngalokho nathi siyambonga uNkulunkulu singaphezi, ngokuba, lapho namukela izwi likaNkulunkulu enalizwa ngathi, anilamukelanga njengezwi labantu, kodwa njengezwi likaNkulunkulu elisebenzayo ngokweqiniso. Nakini enikholwayo.


Kodwa esemhlabathini omuhle, yilabo abathi belizwile izwi, baligcine ngenhliziyo enhle nelungileyo, bathele izithelo ngokubekezela.


Kepha wena, ndodana yomuntu, yizwa engikusho kuwe; Ungahlubuki njengaleyo ndlu edlubulundayo; vula umlomo wakho, udle engikunika khona.


Lalela iseluleko wamukele ukulaywa, ukuze uhlakaniphe ekugcineni.


Yamukelani ukulaywa kwami, hatshi isiliva; nolwazi kunegolide elihle.


Kumelwe ukhulume amazwi ami kubo, kungakhathaliseki ukuthi bafuna ukuwezwa noma bayabayeka beme, ngoba bahlubuka kakhulu.


Ngenzé ibunzi lakho laba lukhuni kunetshe; ungabesabi, ungapheli amandla phambi kwabo, nakuba beyindlu edlubulundayo.


Hamba uye kubathunjwa, kubantwana babantu bakini, ukhulume kubo, uthi kubo: Itsho njalo iNkosi uJehova; noma bezwa, noma bayeke.


Ngempela, insindiso yakhe iseduze kwabamesabayo; ukuze inkazimulo ihlale ezweni lakithi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite