Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 27:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Uthi kulo iTire: “Wena ohlezi ngasekungeneni kolwandle, wena ungumhwebi wabantu eziqhingini eziningi, uthi: Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Wena Tire, wathi: Ngimuhle ngokuphelele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 uthi kulo iTire: Wena ohlala ekungeneni kolwandle, ongumthengi wabantu eziqhingini eziningi, iNkosi uJehova isho kanje, ithi: “ ‘Tire, wena ushilo ukuthi: “Ngiphelele ebuhleni.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 uthi kulo iThire elingasekungeneni kolwandle, elihwebelana nezizwe eziqhingini eziningi, isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “ ‘Thire, wena uthi: “ ‘Ngimuhle ngiphelele.’

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 27:3
15 Referans Kwoze  

Imingcele yakho iphakathi kolwandle, abakhi bakho sebeqedile ubuhle bakho.


Ngokuba izizwe zonke ziphuzile ewayinini lolaka lobufebe balo, namakhosi omhlaba afeba nalo, nabathengisi bomhlaba banothile ngokuchichima kwezibiliboco zalo.


Bayakuphakamisela isililo ngawe, bathi kuwe: ‘Yeka ukubhujiswa kwakho, owawuhlalwa ngabasolwandle, umuzi odumileyo owawunamandla olwandle, wona nabakhileyo kuwo, ababebanga ukwesabeka kwabo konke okuhlala kuwo!


Welulela isandla sakhe phezu kolwandle, wazamazamisa imibuso; uJehova wayala umuzi wabathengisi ukuba uchithe izinqaba zawo.


EZiyoni, ubuhle obuphelele, uNkulunkulu wakhanya.


noGebali, no-Amoni, no-Amaleki; amaFilisti kanye nabakhileyo eTire;


Kodwa wethemba ebuhleni bakho, wafeba ngenxa yebizo lakho, wathululela ubufebe bakho phezu kwabo bonke abadlulayo; bekungeyakhe.


Bayakuphanga ingcebo yakho, benze impahla yakho ethengiswayo ibe yimpango, babhidlize izindonga zakho, bachithe izindlu zakho ezinhle, babeke phansi amatshe akho nezinkuni zakho nothuli lwakho phakathi kwamanzi.


Unjengemikhumbi yabathengisi; uletha ukudla kwakhe kude.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite