UHezekeli 26:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Ngokuba isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngiyakwehlisela phezu kweTire uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, evela enyakatho, inkosi yamakhosi, enamahhashi, nezinqola, nabamahhashi, namaviyo, nabantu abaningi. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 “Ngokuba isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngiyakuyisa eTire uNebukadinesari inkosi yaseBabele, evela enyakatho, eyinkosi yamakhosi, enamahhashi, nezinqola, nabamahhashi, nesixuku sabantu abaningi. Gade chapit laIsiZulu 20207 “ ‘ “Ngokuba isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: bheka, sengizomyisa eThire uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ukuba amelane nalo evela enyakatho, nguye oyinkosi yamakhosi; unamahhashi, izinqola zempi, abagibeli bamahhashi, nesixuku esikhulu samabutho. Gade chapit la |
Bhekani, ngiyakuthuma, ngithabathe zonke izizwe zasenyakatho, usho uJehova, noNebukadinesari, inkosi yaseBabele, inceku yami, ngizilethe phezu kwaleli zwe, naphezu kwabakhileyo kulo, naphezu kwazo zonke lezi zizwe ezizungezile, Uyobashaya ngesiqalekiso, abenze isimangaliso, inhlekisa, incithakalo kuze kube phakade.