Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 26:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngiyakukwenza ube yingebhe, ungabikho; noma ungafunwa, awusayikufunyanwa, isho iNkosi uJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngiyakukwenza incithakalo, ungabe usabakho; uyakufunwa, kepha awusayikufunyanwa kuze kube phakade, isho iNkosi uJehova.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Ngiyakwenza isiphetho sakho sibe ngokwesabekayo, ungabe usaba bikho; uyakufunwa, kodwa awuyukutholakala kuze kube phakade,” kusho iNkosi uSimakade.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 26:21
9 Referans Kwoze  

Abathengisi phakathi kwabantu bayakukubethela umlozi; uyakuba yinto esabekayo, ungabe usaba khona.


Ingelosi enamandla yafukula itshe elinjengelokusila elikhulu, yaliphonsa olwandle, ithi: “Kanjalo iBabiloni umuzi omkhulu liyakuphonswa phansi ngamandla, lingabe lisafunyanwa.


Bonke abakwaziyo phakathi kwezizwe bayakumangala ngawe; uyakuba yinto esabekayo, ungabe usabakho;


Kodwa wafa, bheka, wayengasekho; yebo, ngamfuna, kodwa akatholakalanga.


Futhi kumelwe uthi: Kanjalo iBabiloni liyocwila futhi lingaphumi ebubini engizolehlisela phezu kwalo; futhi bazokhathala. Kuze kube manje amazwi kaJeremiya.


Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, ngiyakwenza ukuba ube yingebhe kuwe nakubangane bakho bonke; bayakuwa ngenkemba yezitha zabo, amehlo akho abone; ngiyakumnikela wonke uJuda esandleni sami. Yenkosi yaseBhabhiloni, futhi iyobayisa ekuthunjweni eBhabhiloni futhi ibabulale ngenkemba.


Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Khona-ke uyophendulela ubuso bakhe enqabeni yezwe lakhe, kodwa uyokhubeka awe, angatholakali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite