Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 26:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngezinselo zamahhashi akhe uyakunyathela zonke izitaladi zakho; uyakubulala abantu bakho ngenkemba, nezigxobo zakho eziqinile ziyakuwa phansi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngezinselo zamahhashi akhe uyakunyathela zonke izitaladi zakho, abulale abantu bakho ngenkemba, kuwe phansi izinsika zemandla akho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Uyakuyigxobagxoba yonke imigwaqo yakho ngezinselo zamahhashi akhe, abulale abantu bakini ngenkemba, nezinsika zakho eziqinileyo ziwele phansi.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 26:11
5 Referans Kwoze  

Ngokuba uyabawisa abahlezi phezulu; umuzi ophakemeyo uyawubeka phansi; uyawubeka phansi, phansi; uyiletha othulini.


Imicibisholo yabo ibukhali, neminsalo yabo yonke igobile, izinselo zamahhashi abo ziyakubalwa njengensengetsha, namasondo abo njengesivunguvungu;


Amahhashi aso anejubane kunezingwe, anolaka kunezimpisi zasebusuku; bayondiza njengokhozi oludla ngokuphangisa.


Misani ibhanela ezweni, nibethe icilongo phakathi kwezizwe, nilungisele izizwe ukulwa nalo, nibizele kulo imibuso yase-Ararati, neMini, ne-Ashikenazi; bekani induna phezu kwayo; okwenza amahhashi akhuphuke njengezibungu.


Uyakwaphula izithombe zaseBeti Shemeshi esezweni laseGibithe; nezindlu zonkulunkulu baseGibithe uyakuzishisa ngomlilo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite