UHezekeli 26:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 Ngenxa yobuningi bamahhashi akhe, uthuli lwawo luyakusibekela; izingange zakho ziyakuzamazama ngomsindo wabamahhashi, nowamasondo, nowezinqola, lapho engena emasangweni akho, njengalokhu abantu bengena emzini okwenza icala kuwo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Ngenxa yobuningi bamahhashi akhe ibhuqu lawo liyakukusibekela, izingange zakho zizamazame ngomdumo wabamahhashi, nowokunamasondo, nowezinqola, lapho engena esangweni lakho njengalokhu kungenwa emzini ofohliweyo. Gade chapit laIsiZulu 202010 Ngenxa yobuningi bamahhashi akhe, uyakumbozwa wuthuli lwawo, izingange zakho zizamazame ngenxa yomsindo wabagibele amahhashi, nangenxa yobukhehlekhehle bamasondo nezinqola zempi, kuthi lapho engena emasangweni akho, kube sengathi kungenwa emzini ozingange zawo zibhidliziwe. Gade chapit la |