Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 24:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 ukuze kuvuse ulaka lokuphindisela; Ngabeka igazi lakhe phezu kwetshe ukuze lingambozwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ukuze kuvuswe ukufutheka kube yimpindiselo, ngabeka izingazi zawo edwaleni eliyinyabule ukuba zingasitshekelwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Igazi lawo ngalichithela edwaleni elingenalutho, ukuba lingambozwa yilutho, ukuze kuvuswe ulaka lwami, ngiziphindiselele.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 24:8
23 Referans Kwoze  

bethi: “Maye, maye, umuzi omkhulu owawumbethe ilineni elicolekileyo, nokububende, nokubomvu, uhlotshiswe ngegolide, namatshe anenani, namaparele!


Ngakho-ke ningahluleli lutho singakafiki isikhathi, ize ifike iNkosi eyakukuveza ekukhanyeni okufihliweyo kobumnyama, iveze obala amacebo ezinhliziyo, khona-ke yilowo nalowo uyakuba nodumo kuNkulunkulu.


Ngokuba ngokwahlulela enahlulela ngakho nani niyakwahlulelwa ngakho; nesilinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.


Futhi amadoda alungile, ayobahlulela ngokwendlela yeziphingi nangokwendlela yabesifazane abachitha igazi; ngoba bayiziphingi, legazi lisesandleni sabo.


Ngakho ulaka lwami luzaphela, ngibeke ulaka lwami phezu kwabo, ngiduduzeke; ziyakwazi ukuthi mina, Jehova, ngikukhulumile ngokushisekela kwami, lapho sengigcwalise ukufutheka kwami kubo.


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, intukuthelo yami nokufutheka kwami kuyakuthululelwa kule ndawo, phezu kwabantu, naphezu kwezilwane, naphezu kwemithi yasendle, naphezu kwezithelo zomhlaba; futhi uyovutha futhi ungacimi.


Abantwana batheza izinkuni, oyise babasa umlilo, abesifazane baxova inhlama ukwenzela indlovukazi yezulu amaqebelengwane, bathululele abanye onkulunkulu iminikelo yokuphuzwa, ukuze bangicunule.


Ngokuba bangishiyile, bashunqa umusi kwabanye onkulunkulu, ukuba bangidlalise ngayo yonke imisebenzi yezandla zabo; ngalokho ulaka lwami luyakuthululwa phezu kwale ndawo, lungayikucinywa.


Ngokuba bangishiyile, bashunqisa abanye onkulunkulu, ukuze bangidlalise ngayo yonke imisebenzi yezandla zabo; ngakho-ke ulaka lwami luyovuthela le ndawo, futhi ngeke lucime.


Ngokuba bhekani, uJehova uyaphuma endaweni yakhe ukuze ahambele abakhileyo emhlabeni ngenxa yobubi babo;


Unecala egazini lakho olichithileyo; uzingcolisile ngezithombe zakho ozenzileyo; usondeza izinsuku zakho, wafinyelela eminyakeni yakho; ngalokho ngikwenze isihlamba ezizweni nenhlekisa emazweni onke.


Ngiyakwehlisela abantu usizi ukuba bahambe njengezimpumputhe, ngokuba bonile kuJehova; igazi labo liyakuchithwa njengothuli, nenyama yabo njengomquba.


Wachitha nangegazi elingenacala, ngokuba wagcwalisa iJerusalema ngegazi elingenacala; uJehova angayithethelelanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite