UHezekeli 23:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Amagama abo kwakungu-Ohola izibulo, no-Oholiba udadewabo; futhi baba ngabami, futhi bazala amadodana namadodakazi. Ayenjalo amagama abo; ISamariya lingu-Ohola, iJerusalema lingu-Oholiba. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Amagama abo ayengu-Ohola, omkhulu, no-Oholiba udadewabo; baba ngabami, bazala amadodana namadodakazi. Amagama abo: iSamariya lingu-Ohola, neJerusalema lingu-Oholiba. Gade chapit laIsiZulu 20204 Amagama abo ngu-Ohola, okunguyena omdala, no-Oholiba udadewabo; babengabami, bazala amadodana namadodakazi. Amagama abo yilawa: u-Ohola yiSamariya kuthi u-Oholiba kube yiJerusalema. Gade chapit la |