Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 2:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 UMoya wangena kimi esakhuluma kimi, wangimisa ngezinyawo zami, ngamuzwa okhuluma kimi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kwangena kimi uMoya esakhuluma kimi, wangimisa ngezinyawo zami, ngamuzwa owakhuluma kimi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Kwathi esakhuluma kimi, kwangena kimi uMoya, wangimisa ngezinyawo, ngamuzwa owayekhuluma kimi.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 2:2
13 Referans Kwoze  

UMoya wayesengena kimi, wangimisa ngezinyawo zami, wakhuluma kimi, wathi kimi: ‘Hamba uzivalele endlini yakho.


UMoya wangiphakamisa, ngezwa emva kwami izwi lokubhonga okukhulu, lithi: “Mayibusiswe inkazimulo kaJehova endaweni yayo.”


Emva kwezinsuku ezintathu nenxenye uMoya wokuphila ovela kuNkulunkulu wangena kubo, bema ngezinyawo zabo; ukwesaba okukhulu kwehlela labo abababonayo.


Esakhuluma nami, ngase ngilele ubuthongo obunzima, ubuso bami bubheke phansi, kepha wangithinta, wangimisa.


Ngiyakufaka uMoya wami phakathi kwenu, ngenze ukuba nihambe ngezimiso zami, nigcine izahlulelo zami, nizenze.


UMoya wangiphakamisa, wangisusa; ngahamba nginomunyu ekushiseni komoya wami; kepha isandla sikaJehova sasinamandla phezu kwami.


Eminye iminyaka eminingi wababekezelela futhi wafakaza ngokumelene nabo ngomoya wakho kubaprofethi bakho; nokho abalalelanga; ngalokho wabanikela esandleni sabantu bamazwe.


USamuweli wayesethatha uphondo olunamafutha, wamgcoba phakathi kwabafowabo; uMoya kaJehova wehlela phezu kukaDavide kusukela ngalolo suku. USamuweli wasuka, waya eRama.


UMoya kaJehova waqala ukumnyakazisa ekamu lakwaDani phakathi kweSoreya ne-Eshitawoli.


UMoya kaJehova wehlela phezu kwami, wathi kimi: “Khuluma; Usho kanje uJehova; “Nisho kanje nina ndlu ka-Israyeli, ngokuba ngiyazi konke okufika emicabangweni yenu.


Yisho umfanekiso kuyo indlu ehlubukayo, uthi kubo: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: “ ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: “ ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: “ ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: ‘Izi, Faka ebhodweni, ulimise futhi uthele amanzi kulo:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite