Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 19:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Bamfaka esitokisini ngamaketanga, bamyisa enkosini yaseBabele;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Zalifaka endlwaneni evaliweyo ngezingwegwe, zaliyisa enkosini yaseBabele, zalingenisa ezinqabeni ukuba izwi lalo lingabe lisezwakala ezintabeni zakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Zalifaka ngezingwegwe endlwaneni evaliweyo, zaliyisa enkosini yaseBhabhele, zalifaka ezinqabeni ukuze ukubhonga kwalo kuphinde kuzwakale ezintabeni zakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 19:9
11 Referans Kwoze  

UNebukadinesari, inkosi yaseBabele, wenyukela kuye, wambopha ngozankosi, ukuze amyise eBabele.


Ndodana yomuntu, bhekisa ubuso bakho ezintabeni zakwa-Israyeli, uprofethe ngazo,


“Wena ndodana yomuntu, profetha kuzo izintaba zakwa-Israyeli, uthi: ‘Zintaba zakwa-Israyeli, zwanini izwi likaJehova!


Futhi yazazi izigodlo zabo ezishiyiwe futhi yachitha imizi yabo; izwe laliyihlane nokugcwala kwalo ngezwi lokubhonga kwalo.


Yamthumba uJehoyakini yamyisa eBabele, nonina wenkosi, nabafazi benkosi, nezinceku zayo, nabanamandla bezwe, yabathumba eJerusalema yabayisa eBabele.


Ngokuba intukuthelo yakho ikhuphukele kimi, nokuxokozela kwakho ezindlebeni zami, ngiyakufaka ingwegwe yami ekhaleni lakho netomu lami emlonyeni wakho, ngikubuyisele endleleni oweza ngayo.


UFaro Nego wammisa ngamaviyo eRibila ezweni laseHamati, ukuze angabusi eJerusalema; wanika izwe intela yamatalenta ayikhulu esiliva netalenta legolide.


Kodwa amehlo akho nenhliziyo yakho akukona nje kuphela ukuhaha kwakho nokuchitha igazi elingenacala nokucindezelwa nobudlova ukuze ukwenze.


Ezigulayo aniziqinisanga, nezigulayo aniziphilisanga, neziphukileyo anizibophanga, nezixoshiweyo anizibuyisanga, nezilahlekile anizifunanga; kepha wababusa ngobudlova nangonya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite