Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 19:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Izizwe zakhuphukela kuye zivela ezifundeni nxazonke, zasabalala phezu kwakhe; wabanjwa emphandwini wabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Izizwe zase zilihlelela nxazonke, zivela emazweni, zeneka phezu kwalo inetha, labanjwa emgodini wazo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Izizwe zase zigasela kulo, zivela kuwo wonke amazwe akhelene nalo, zendlala inetha phezu kwalo, labanjwa ogibeni lwazo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 19:8
8 Referans Kwoze  

Izizwe zezwa ngaye; yabanjwa emphandwini wabo, bayiyisa eboshwe ngamaketanga ezweni laseGibithe.


Futhi ngiyozendlala phezu kwayo, futhi iyobanjwa ngenetha lami; ngiyakumyisa eBabele ezweni lamaKaledi; nokho akayikuyibona, noma efela khona.


Futhi ngiyozendlala phezu kwakhe, futhi uyobanjwa enetheni lami, futhi ngiyomyisa eBabele futhi ngingene lapho ekulweni naye ngenxa yesiphambeko sakhe asenzele sona kimi.


Umoya wamakhala ethu, ogcotshiweyo kaJehova, wabanjwa emithonjeni yabo, esasho ngaye ukuthi: ‘Emthunzini wakhe siyakuhlala phakathi kwezizwe.


UNebukadinesari, inkosi yaseBabele, wawufikela umuzi, izinceku zakhe zawuvimbezela.


Futhi yazazi izigodlo zabo ezishiyiwe futhi yachitha imizi yabo; izwe laliyihlane nokugcwala kwalo ngezwi lokubhonga kwalo.


Uzangcwatshwa ngokungcwatshwa kwembongolo, adonswe alahlwe ngaphandle kwamasango eJerusalema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite