Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 19:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Yahambahamba phakathi kwezingonyama, yaba yibhongo lengonyama, yafunda ukubamba impango, ishwabadele abantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Lahambahamba phakathi kwezingonyama, liyibhongo; lafunda ukubamba impango, ladla abantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Lazulazula phakathi kwezingonyama, liyibhongo, laze lafunda ukudwengula inyamazane, ladla nabantu.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 19:6
10 Referans Kwoze  

UJehoyakini wayeneminyaka eyisishiyagalombili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa izinyanga ezintathu nezinsuku eziyishumi eJerusalema; wenza okubi emehlweni kaJehova.


UJehoyakimi wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nanye eJerusalema; wenza okubi emehlweni kaJehova uNkulunkulu wakhe.


Wenza okubi emehlweni kaJehova njengalokho enzile uyise.


Lapho ibona ukuthi yayilindile futhi iphelelwe ithemba, yathatha elinye lamawundlu ayo yalenza ibhongo lengonyama.


Futhi yazazi izigodlo zabo ezishiyiwe futhi yachitha imizi yabo; izwe laliyihlane nokugcwala kwalo ngezwi lokubhonga kwalo.


Ezigulayo aniziqinisanga, nezigulayo aniziphilisanga, neziphukileyo anizibophanga, nezixoshiweyo anizibuyisanga, nezilahlekile anizifunanga; kepha wababusa ngobudlova nangonya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite