Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 16:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngakugeza ngamanzi; yebo, ngigezisile igazi lakho kuwe, ngakugcoba ngamafutha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “ ‘Ngakugeza ngamanzi, ngahlanzisisa igazi lakho kuwe, ngakugcoba ngamafutha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 “ ‘ “Ngakugeza emanzini, ngasusa igazi elalikuwe, ngakugcoba ngamafutha.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 16:9
16 Referans Kwoze  

Ulungisa itafula phambi kobuso bami phambi kwezitha zami; Ugcoba ikhanda lami ngamafutha; indebe yami iyachichima.


Geza, uzigcobe, wembathe izingubo zakho, wehlele phansi; kepha ungazazisi kulowo muntu, aze aqede ukudla nokuphuza.


Futhi bathathu abafakazayo emhlabeni, uMoya, namanzi, negazi; futhi laba abathathu bavumelana ngokunye.


Kepha ukugcotshwa enakwemukela kuye kuhlala kini, anidingi ukuba ubani anifundise, nihlale kuye.


Babenjalo abanye kini, kepha senagezwa, senangcweliswa, senalungisiswa egameni leNkosi uJesu Kristu nangoMoya kaNkulunkulu wethu.


Kodwa nina ninokugcotshwa okuvela koNgcwele, futhi niyazi zonke izinto.


Osiqinisayo kanye nani kuKristu, nosigcobileyo, nguNkulunkulu;


Bonke babhapathizwa kuMose efwini naselwandle;


Khona ngiyakufafaza amanzi ahlanzekileyo phezu kwenu, nihlambuluke; ngiyakunihlambulula kukho konke ukungcola kwenu nakubo bonke onkulunkulu benu abangcolileyo.


Ngokuqondene nokuzalwa kwakho, ngosuku owazalwa ngalo, inkaba yakho ayizange inqunywe, futhi awugezwanga ngamanzi ukuba wondle; ubungenawo nhlobo usawoti futhi ungabandakanyeki nhlobo.


Lapho uJehova ehlanza ukungcola kwamadodakazi aseSiyoni futhi ehlanza igazi laseJerusalema kulo ngomoya wokwahlulela nangomoya womlilo.


Ngihlanze ngehisopi, ngihlambuluke; ngigeze, ngibe mhlophe kuneqhwa.


Ngakugqokisa izinto ezilukiweyo, ngakugqokisa izicathulo zezikhumba zamatahasi, ngakubhincisa ilineni elicolekileyo, ngakumboza ngosilika.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite