UHezekeli 16:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Alikho iso elikuyekile ukwenza noma iyiphi yalezi zinto kuwe ukuba libe nesihe kuwe; kodwa waphonswa ngaphandle endle, ngenxa yokunengeka kobuntu bakho, ngosuku owazalwa ngalo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Awuhawukelwanga yiso ukuba kwenziwe lokhu kuwe, uphathwe ngobubele, kepha waphonswa endle, lokhu wanengeka ngosuku lokuzalwa kwakho. Gade chapit laIsiZulu 20205 Akukho liso elakubheka lakuhawukela ukuba wenzelwe okukodwa kwalokho, ukhonjiswe ububele, kodwa walahlwa endle, ngokuba wanengeka ngosuku owazalwa ngalo. Gade chapit la |