UHezekeli 14:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Kwasekufika kimi abanye bamalunga akwaIsrayeli, bahlala phambi kwami. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Kwafika kimi amadoda amalunga akwa-Israyeli, ahlala phambi kwami. Gade chapit laIsiZulu 20201 Kwase kufika kimi amadoda angamalunga akwa-Israyeli, ahlala phambi kwami. Gade chapit la |
Kepha u-Elisha wayehlezi endlini yakhe, namalunga ehlezi naye; Inkosi yasithuma indoda phambi kwayo, kodwa ingakafiki kuye isithunywa, yathi kubadala: Liyabona yini ukuthi lendodana yombulali ithume ukususa ikhanda lami? Bhekani, lapho isithunywa sifika, nivale umnyango, nisigcine emnyango. Ingabe umsindo wezinyawo zenkosi yakhe awukho ngemva kwakhe?