Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 13:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Anibonanga yini umbono oyize, nakhuluma ukubhula okungamanga, nithi: ‘UJehova ukhuluma lokhu; nakuba ngingakhulumanga?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Anibonanga umbono oyize, anikhulumanga ukubhula kwamanga, lapho nithi: “Kusho uJehova,” mina ngingakhulumanga, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Anibonanga yini umbono oyize, nabhula okungamanga, lapho nithi: “Kusho uSimakade,” ngibe Mina ngingazange ngikhulume na?

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 13:7
7 Referans Kwoze  

Babona okuyize nokubhula kwamanga abathi: “UJehova ukhulumile, uJehova kabathumanga; futhi benza abanye babe nethemba lokuthi bayoliqinisa izwi.


abathi kubaboni: Ningaboni; nakubaprofethi: Ningasiprofethi izinto eziyiqiniso, khulumani izinto ezibushelelezi, profethani inkohliso;


Abaprofethi bawo bazinameke ngodaka olulukhuni, bebona ngeze, beprofetha amanga kubo, bethi: Isho kanje iNkosi uJehova, uJehova engakhulumanga.


Futhi bheka, ngabona ukuthi uNkulunkulu wayengamthumanga; kodwa ukuthi ukhulume lesi siprofetho ngami, ngokuba uThobiya noSanibhalati bamqashile.


Ngokuba izithombe zikhulume okuyize, nabahlola imihlola babone amanga, bakhuluma amaphupho amanga; baduduza ize; ngalokho zahamba njengomhlambi, zethuka, ngokuba kwakungekho umalusi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite