Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 13:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 O Israyeli, abaprofethi bakho banjengezimpungushe ehlane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 O Israyeli, abaprofethi bakho banjengezimpungushe ezindaweni ezichithekileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Wena Israyeli, abaphrofethi bakho bafana nezimpungushe ezindaweni eziyincithakalo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 13:4
16 Referans Kwoze  

Sabanjwa isilo, kanye naso nomprofethi wamanga owenza izibonakaliso phambi kwaso, adukisa ngazo labo abamukela uphawu lwesilo, nabakhuleka emfanekisweni waso. Laba bobabili baphonswa besezwa echibini lomlilo elivutha isibabule.


Ukuze singabe sisaba abantwana, sijikijelwa ngapha nangapha, siqhutshwa yiwo wonke umoya wemfundiso, ngobuqili babantu, nobuqili bobuqili abaqamekela ukudukisa ngabo;


futhi ngenxa yabazalwane bamanga abangeniswa bengazi, abangena ngokunyenya ukuze bahlole ukukhululeka kwethu esilakho kuKristu Jesu, ukuze basenze izigqili;


Ngokuba abanjalo kabakhonzi iNkosi yethu uJesu Kristu, bakhonza isisu sabo; nangamazwi amahle namnandi bakhohlisa izinhliziyo zabangenalwazi.


Xwayani abaprofethi bamanga abeza kini bembathise okwezimvu, kepha ngaphakathi beyizimpisi eziphangayo.


Usho kanje uJehova mayelana nabaprofethi abadukisa abantu bami, abagedla amazinyo, bamemeze, bathi: “Ukuthula! futhi ongafaki emlonyeni wabo, bamlungisela impi.


Uma ohamba ngomoya aqambe amanga ethi: ‘Ngiyakuprofetha kini ngewayini nangophuzo olunamandla; uzakuba ngumprofethi walababantu.


Sithatheleni izimpungushe, izimpungushe ezincane ezichitha izivini, ngokuba izivini zethu zinezithelo zomvini.


Isho kanje iNkosi uJehova; Maye kubaprofethi abayiziwula abalandela owabo umoya kodwa ababonanga lutho!


Anikhuphukelanga ezikhaleni, futhi anibiyelanga indlu yakwa-Israyeli uthango ukuba ime ekulweni ngosuku lukaJehova.


Ngenxa yentaba yaseSiyoni eseyincithakalo, izimpungushe zihamba phezu kwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite