Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 12:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kumelwe ukuthwale emahlombe akho phambi kwamehlo abo, ukukhiphe kuhwalala; kufanele umboze ubuso bakho, ukuze ungawuboni umhlaba; ngoba ngikwenze isibonakaliso kuyo indlu kaIsrayeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Uyakuyithwala ehlombe emehlweni abo, uyikhiphe sekumnyama, usibekele ubuso bakho, ukuze ungaboni izwe, ngokuba ngikubeke ukuba ube yisibonakaliso kuyo indlu yakwa-Israyeli.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Uyakuwuthwala ehlombe bekubuka, uphume nawo sekuhlwile, umboze ubuso bakho ukuze ungaliboni izwe, ngokuba ngikwenze waba yisibonakaliso kuyo indlu yakwa-Israyeli.”

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 12:6
12 Referans Kwoze  

Zithathele ipani lensimbi, ulibeke njengogange lwensimbi phakathi kwakho nomuzi; ubhekise ubuso bakho kulo, livinjezelwe, wena ulivimbezele. Kuyoba yisibonakaliso endlini ka-Israyeli.


Ngakho uHezekeli uyisibonakaliso kini: njengakho konke akwenzileyo niyakwenza; futhi lapho kufika, niyokwazi ukuthi ngiyiNkosi uJehova.


Bhekani, mina nabantwana uJehova anginike bona siyizibonakaliso nezimangaliso kwa-Israyeli ezivela kuJehova Sebawoti ohlezi entabeni yaseSiyoni.


USawule waziguqula, wembatha ezinye izingubo, wahamba namadoda amabili kanye naye, bafika kowesifazane ebusuku; khuphuka, engizakuqamba ngawe.


Ngokuba ukusa kunjengethunzi lokufa kubo; uma ekhona ozaziyo, usekwesabeni lethunzi lokufa.


UDavide wakhuphuka ngommango weNtaba Yeminqumo, ekhuphuka ekhala izinyembezi, wagubuzela ikhanda lakhe, wahamba engagqokanga zicathulo; bakhuphuka.


Ubhoboza umduli phambi kwamehlo abo, uphume ngalo.


Futhi ngiyozendlala phezu kwayo, futhi iyobanjwa ngenetha lami; ngiyakumyisa eBabele ezweni lamaKaledi; nokho akayikuyibona, noma efela khona.


Basuka kuhwelela ukuya ekamu lama-Aramu; sebefike ekupheleni kwekamu lama-Aramu, kwakungekho muntu lapho.


Manje yizwa, Joshuwa, mpristi omkhulu, wena nabangane bakho abahlala phambi kwakho, ngoba bangabantu abamangalisayo, ngoba bheka, ngiyoveza inceku yami, iHLUmela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite