Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 11:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Naniyesaba inkemba; ngiyakwehlisela inkemba phezu kwenu, isho iNkosi uJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Niyesabile inkemba; ngiyakunehlisela inkemba, isho iNkosi uJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Niyesabile inkemba, kodwa ngizonehlisela yona, kusho iNkosi uSimakade.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 11:8
13 Referans Kwoze  

Ukwesaba omubi kuyamehlela, kepha olungileyo uyaphiwa isifiso sakhe.


Futhi ngiyokhetha iziphambeko zabo ngehlisele phezu kwabo usizi lwabo; ngokuba lapho ngibiza, akwaphendula muntu; lapho ngikhuluma, abalalelanga, kodwa benza okubi emehlweni ami, bakhetha lokho engingathokozi ngakho.


Ngokuba into ebengesaba kakhulu ingifikele, nalokho ebengikwesaba sekufike kimi.


Uma simyeka kanjalo, bonke bayakukholwa nguye; futhi amaRoma ayakuza, athathe kokubili indawo yethu nesizwe.


Uyobalekela isikhali sensimbi, nomnsalo wensimbi uyomgwaza.


Kuyakuba njalo kuwo wonke amadoda abhekisa ubuso bawo ukuya eGibithe ukuba agogobale khona; bayakufa ngenkemba, nangendlala, nangesifo; futhi akukho noyedwa kubo oyosala noma ophunyuka ebubini engiyobehlisela phezu kwabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite