Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 11:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Nina eninqotshiweyo enalala kuwo, niyinyama, nalo muzi uyikhanzi; kodwa ngiyakunihola niphume kuwo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ababuleweyo benu enibabekile phakathi kwawo bayinyama, nawo uqobo uyikhanzi, kepha nina ngiyakunikhipha phakathi kwawo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 “ ‘ “Ngakho-ke isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: Ababuleweyo bakini enibabeke kuwo bayinyama, futhi isebhodweni, kodwa Mina ngiyakunikhipha kuwo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 11:7
10 Referans Kwoze  

U-Elisha wabuye wafika eGiligali, kwakukhona indlala ezweni; amadodana abaprofethi ayehlezi phambi kwakhe;


Izwi likaJehova lafika kimi ngokwesibili, lathi: “Ubonani na? Ngasengisithi: Ngibona imbiza; ubuso bakhe bubheke enyakatho.


Abathi: Kaliseduze; asakhe izindlu: lo muzi uyimbiza, thina siyinyama.


Ngiyakunikhipha phakathi kwawo, ngininikele esandleni sabafokazi, ngenze isijeziso phakathi kwenu.


Lo muzi awuyikuba yimbiza yenu, nani ningabi yinyama phakathi kwawo; kepha ngiyakunahlulela emkhawulweni wakwa-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite