Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 10:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngase ngibona, bheka, emkhathini owawuphezu kwekhanda lamakherubi, kwabonakala phezu kwawo kunjengetshe lesafire, kufana nomfanekiso wesihlalo sobukhosi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngase ngibona, bheka, emkhathini owawuphezu kwamakhanda amakherubi* kwabonakala okunjengetshe lesafire,* kufana kungathi nesihlalo sobukhosi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ngabheka, ngabona emkhathini owawuphezu kwamakhanda amakherubhi, okwakufana netshe lesafire, kungathi yisihlalo sobukhosi, kwavela ngaphezu kwabo.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 10:1
27 Referans Kwoze  

Babona uNkulunkulu ka-Israyeli, futhi ngaphansi kwezinyawo zakhe kwakunjengomsebenzi ogandayiwe wetshe lesafire, nanjengendikimba yezulu ekukhazimuleni kwawo.


Naphakathi kwezinti zezibani eziyisikhombisa onjengeNdodana yomuntu, embethe ingubo efika ezinyaweni, ebophe isifuba ngebhande legolide.


Owenyukela ezulwini, ongakwesokunene sikaNkulunkulu; izingelosi, namandla, namandla, kuthotshiswe phansi kwakhe.


awenza kuKristu, lapho emvusa kwabafileyo, wammisa ngakwesokunene sakhe emazulwini,


Akakho oke wabona uNkulunkulu; iNdodana ezelwe yodwa esesifubeni sikaYise yiyona embonakalisile.


Ngiyakuma ewashini lami, ngihlale phezu kombhoshongo, ngibuke ukuba ngibone ukuthi uyakuthini kimi nokuthi ngiyakuphendula ngokuthini lapho ngisolwa.


Amakherubi aphakamisa amaphiko awo namasondo eceleni kwawo; inkazimulo kaNkulunkulu ka-Israyeli yayiphezu kwabo.


Lezi yizidalwa eziphilayo engazibona phansi kukaNkulunkulu ka-Israyeli ngasemfuleni iKhebari; ngase ngazi ukuthi kwakungamakherubi.


Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Kwathi emva kwezinsuku eziningi uJehova wathi kimi: “Suka uye e-Ewufrathe, ulithathe lapho ibhande engakuyala ukuba ulifihle khona.


Wakhwela phezu kwekherubi, wandiza; yebo, wandiza ngamaphiko omoya.


UJehova wathi kuJoshuwa: “Bheka, nginikela esandleni sakho iJeriko nenkosi yalo namaqhawe anamandla;


UJakobe waqamba leyo ndawo ngokuthi iPheniyeli, ngokuba ngibone uNkulunkulu ubuso nobuso, wasinda umphefumulo wami.


UJakobe wasala yedwa; kwaba khona umuntu wabambana naye kwaze kwasa.


Wathi: “Bheka-ke, ngibeke phezu kwami ukukhuluma neNkosi: Mhlawumbe kuyotholwa abangamashumi amabili.” Wathi: “Angiyikuwubhubhisa ngenxa yabangamashumi amabili.”


Amadoda afulathela lapho, aya eSodoma, kepha u-Abrahama wayemi phambi kukaJehova.


INkosi yasisithi: Ngifihlele uAbrahama engikwenzayo yini?


Waphakamisa amehlo akhe, wabona, bheka, amadoda amathathu emi ngakuye; kwathi ewabona, wagijima ukuwahlangabeza esuka emnyango wetende, wakhothamela phansi.


Waseyixotsha indoda; wabeka amakherubi ngasempumalanga kwensimu yase-Edene, nenkemba yelangabi ephenduka inhlangothi zonke ukuba ilinde indlela yomuthi wokuphila.


Bheka, indoda eyembethe ilineni, enophondo olumnyama ethangeni layo, yakhuluma indaba, yathi: “Ngenza njengokungiyala kwakho.”


Kwathi ngomnyaka wamashumi amathathu, ngenyanga yesine, ngolwesihlanu lwenyanga, ngiphakathi kweziboshwa ngasemfuleni iKebari, lavuleka izulu, ngabona imibono kaNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite