Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 1:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngosuku lwesihlanu lwenyanga, okwakungumnyaka wesihlanu wokuthunjwa kwenkosi uJehoyakini,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngolwesihlanu lwenyanga ngomnyaka wesihlanu wokuthunjwa kukaJehoyakini

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ngosuku lwesihlanu lwenyanga, ngonyaka wesihlanu wokuthunjwa kukaJehoyakhini,

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 1:2
9 Referans Kwoze  

Ngomnyaka wamashumi amabili nanhlanu wokuthunjwa kwethu, ekuqaleni konyaka, ngolweshumi lwenyanga, ngomnyaka weshumi nane emva kokunqotshwa komuzi, ngalona lolo suku isandla sikaJehova saba phezu kwami, wangiyisa khona.


Kwathi ngomnyaka wesikhombisa, ngenyanga yesihlanu, ngolweshumi lwenyanga, kwafika amadoda amalunga akwa-Israyeli ukuzobuza uJehova, ahlala phambi kwami.


Kwathi ngomnyaka wamashumi amabili nesikhombisa, ngenyanga yokuqala, ngolokuqala lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Kwathi ngomnyaka wesithupha, ngenyanga yesithupha, ngolwesihlanu lwenyanga, ngihlezi endlini yami, namalunga akwaJuda ehlezi phambi kwami, isandla seNkosi uJehova sawela phezu kwami khona.


Kwathi ngomnyaka weshumi nanye, ngenyanga yesithathu, ngolokuqala lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Kwathi ngomnyaka weshumi, ngenyanga yeshumi, ngosuku lweshumi nambili lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Manje yisho kuyo indlu ehlubukayo: Anazi yini ukuthi lezi zinto zisho ukuthini na? Yisho kubo ukuthi: ‘Bhekani, inkosi yaseBabele yafika eJerusalema, yathatha inkosi yayo nezikhulu zayo, yaya nabo eBabele;


Kwathi ngomnyaka weshumi nambili wokudingiswa kwethu, ngenyanga yeshumi, ngolwesihlanu lwenyanga, kwafika kimi owaphunyuka eJerusalema, wathi: “Umuzi unqotshiwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite