UHezekeli 1:15 - Contemporary Zulu Bible 202415 Ngathi ngisabheka izidalwa, bheka, kwakukhona isondo emhlabeni eduze kwezidalwa eziphilayo, nobuso bazo obune. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Ngisabuka izidalwa, bheka, nanto isondo emhlabathini eceleni kwezidalwa, kuleso naleso sazo zozine. Gade chapit laIsiZulu 202015 Ngathi ngisazibuka izidalwa eziphilayo, ngabona isondo emhlabathini, eceleni kwaleso naleso sidalwa esiphilayo, esinobuso obune. Gade chapit la |