Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UHezekeli 1:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Bonke baqonda phambili; lapho umoya wawuthanda ukuya khona, zaya khona; futhi awaphendukanga ekuhambeni kwawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Zahamba zonke ngokuqonda kobuso bazo, zaya khona, lapho umoya wayethanda ukuya khona, aziphendukanga ekuhambeni kwazo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Yileso naleso sasihamba siqonde phambili. Kwakuthi lapho kuya khona uMoya, nazo ziye ngakhona; zazingaphenduki uma zihamba.

Gade chapit la Kopi




UHezekeli 1:12
5 Referans Kwoze  

Amaphiko azo ayehlangene; aziphendukanga ekuhambeni kwazo; baqonda phambili, kwaba yilowo nalowo.


Azisibo yini zonke omoya abakhonzayo, abathunyelwe ukukhonza ngenxa yalabo abayakuba yizindlalifa zensindiso na?


Ukufana kobuso bazo kwakuyibo lobo buso engabubona emfuleni iKhebari, ukubonakala kwazo nazo ngokwazo;


Ekuhambeni kwawo ahamba ezinhlangothini zawo zozine, awaphendukanga ekuhambeni kwawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite