Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 9:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 UHamu, uyise kaKhanani, wabona ubunqunu bukayise, watshela abafowabo ababili ngaphandle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UHamu uyise kaKhanani wabona ubunqunu bukayise, watshela abafowabo bobabili bengaphandle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 UHamu, uyise kaKhanani, wabona ubunqunu bukayise, waxoxela abafowabo ababengaphandle.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 9:22
17 Referans Kwoze  

Iso eliklolodela uyise nelidelela ukulalela unina, amagwababa asesigodini ayakulihlwitha, amazinyane okhozi alidle.


Bazalwane, uma umuntu ehlelwa yisiphambeko, nina bomoya mbuyiseni onjalo ngomoya wobumnene; uzinaka wena, funa ulingwe nawe.


Aluthokozi ngokungalungile, kepha luthokozela iqiniso;


Futhi uma umfowenu ona kuwe, hamba umsole ninodwa naye; uma ekuzwa, umzuzile umfowenu.


Mabaphendukele ihlazo labo abathi: Ashila, ashila!


Mabathukuthelele ihlazo labo abathi kimi: Ashila, ashila!


Amadodana kaHamu: Ugu, iMizraimi, iPhuthi neKhanani.


Xoxa indaba yakho nomuntu oseduze kakhulu; futhi ungatholi mfihlo komunye;


Amadodana kaHamu: IKushe neMisraimi, iPhuthi neKhanani.


Wathi: “Makaqalekiswe uKhanani; kufanele abe yisigqila sezinceku kubafowabo.


OShemi noJafete bathatha ingubo, bayibeka emahlombe abo bobabili, bahlehla nyovane, basibekela ubunqunu bukayise; ubuso babo bubheke emuva, ababonanga ubunqunu bukayise.


Maye kuye ophuzisa umakhelwane wakhe, ombekelayo imbodlela yakho, amdakise naye, ukuze ubone ubunqunu bakhe!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite