Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 9:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 UNowa waqala ukuba ngumlimi, watshala isivini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UNowa waqala waba ngumlimi, watshala isivini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 UNowa owayengumlimi, waba ngowokuqala ukutshala isivini.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 9:20
15 Referans Kwoze  

Inzuzo yomhlaba ngeyabo bonke; inkosi ikhonza emasimini.


Ngadabula ezweni levila nasesivini sohlakaniphileyo;


Olima umhlabathi wakhe uyosutha ngesinkwa;


Umlomo wolungileyo ungumthombo wokuphila, kepha ubudlova busibekela umlomo wababi.


Uyakuganwa ngowesifazane, enye indoda ilale naye; kufanele wakhe indlu, ungahlali kuyo; uyakutshala isivini, ungakha izithelo zaso;


“Ngumuphi lowo otshale isivini kodwa engakasidli na? naye makahambe, abuyele endlini yakhe, funa afele empini, adle omunye umuntu.


Futhi wambiza ngokuthi uNowa futhi wathi: Uyosiduduza ngenxa yomsebenzi wethu kanye nokukhandleka kwezandla zethu ngenxa yomhlabathi uJehova awuqalekisileyo.


Waphinda wazala umfowabo u-Abela. U-Abela wayengumalusi wezinkomo, kepha uKayini wayengumlimi.


Ngakho uJehova uNkulunkulu wamkhipha ensimini yase-Edene ukuba alime umhlabathi athathwe kuwo.


Ngubani ophuma impi ngezindleko zakhe na? Ngubani otshala isivini, angadli izithelo zaso, na? Ngubani owalusa umhlambi, angadli ubisi lomhlambi, na?


Ningangibheki, ngokuba ngimnyama, ngokuba ilanga lingibhekile; abantwana bakamama bangithukuthelela; bangibeka umlindi wezivini; kodwa mina angisigcinanga isivini sami.


Lawa angamadodana amathathu kaNowa, futhi wonke umhlaba wasakazwa kuwo.


Waphuza iwayini, wadakwa; wayenqunu etendeni lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite