Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 9:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 UNkulunkulu wathi: “Lokhu kuyisibonakaliso sesivumelwano engisenza phakathi kwami nani nazo zonke izidalwa eziphilayo ezikini kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UNkulunkulu wathi: “Lokhu kuluphawu lwesivumelwano engisenza phakathi kwami nani nazo zonke izilwane eziphilayo ezinani kuze kube sezizukulwaneni zaphakade:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 UNkulunkulu wayesethi: “Lokhu kuluphawu lwesivumelwano engisenza phakathi kwami nani nazo zonke izilwane eziphilayo ezinani, nazo zonke izizukulwane ezisazozalwa:

Gade chapit la Kopi




UGenesise 9:12
8 Referans Kwoze  

Kumelwe isoke inyama yejwabu lakho; futhi kuyoba yisibonakaliso sesivumelwano phakathi kwaMi nawe.


Igazi liyakuba yisibonakaliso kini ezindlini enikhona; futhi lapho ngibona igazi, ngizodlula phezu kwenu, futhi isifo ngeke sibe phezu kwenu ukuze sinibhubhise lapho ngishaya izwe laseGibhithe.


Kuyakuba luphawu esandleni sakho nanjengebhande phakathi kwamehlo akho; ngokuba ngesandla esinamandla uJehova wasikhipha eGibithe.


UNkulunkulu wathi kuNowa: “Lokhu kuyisibonakaliso sesivumelwano engasimisa phakathi kwami nayo yonke inyama esemhlabeni.


Manje fungani kimi ngoJehova, lokhu nginibonise umusa, ukuthi nani niyakuba nomusa endlini kababa, ninginike isibonakaliso esiqinisileyo;


Ngibeka uthingo lwami efwini, lube luphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite