Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 8:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Waphuma uNowa namadodana akhe, nomkakhe, nabafazi bamadodana akhe kanye naye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wayesephuma uNowa namadodana akhe, nomkakhe, nabafazi bamadodana akhe bekanye naye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Wayesephuma-ke uNowa nomkakhe, namadodana akhe nomkawo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 8:18
5 Referans Kwoze  

UJehova uyakulondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho kusukela manje kuze kube phakade.


Eyayingalaleli ngesinye isikhathi, lapho ukubekezela kukaNkulunkulu kulindile ezinsukwini zikaNowa, kusakhiwa umkhumbi, okwasindiswa ngawo abayingcosana, okungukuthi, imiphefumulo eyisishiyagalombili.


Zikhiphe kanye nawe zonke izilwane ezinawe, kuyo yonke inyama, ezinyonini, nasezinkomeni, nakuzo zonke izilwane ezinwabuzelayo emhlabeni; ukuze zande emhlabeni, zande, zande emhlabeni.


Zonke izilwane, nezilwanyana ezinwabuzelayo, nazo zonke izinyoni, nakho konke okuhuquzelayo emhlabeni, ngezinhlobo zazo, kwaphuma emkhunjini.


Zonke izidalwa eziphilayo ezazisemhlabeni zabhujiswa, abantu, nezinkomo, nezilwanyana ezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu; futhi zabhujiswa emhlabeni, kwasala uNowa kuphela nalabo ababenaye emkhunjini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite