Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 7:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Amanzi aba namandla, anda kakhulu emhlabeni; umkhumbi wedlula phezu kwamanzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Amanzi akhula, anda kakhulu emhlabeni; umkhumbi wahamba ebusweni bamanzi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Amanzi akhula anda emhlabeni; umkhumbi wantanta phezu kwamanzi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 7:18
6 Referans Kwoze  

Amanzi abuya, asibekela izinqola, nabamahhashi, nempi yonke kaFaro eyangena elwandle emva kwawo; akwasala ngisho noyedwa kubo.


Lapho kuhamba imikhumbi; kukhona uLeviyathani owamenza ukuba adlale kulo.


Umfula ungangigcwali, umfula ungangigwinyi, nomgodi ungangivaleli umlomo wawo phezu kwami.


owachithwa kudala, osisekelo sakhe sakhukhulwa nguzamcolo;


Kwaba nguzamcolo emhlabeni izinsuku ezingamashumi amane; amanzi anda, awudonsa umkhumbi, wawuphakamisela emhlabeni.


Amanzi ayenamandla phezu komhlaba; zasitshekelwa zonke izintaba eziphakemeyo eziphansi kwezulu lonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite