Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 7:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Emva kwezinsuku eziyisikhombisa amanzi kazamcolo afika emhlabeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kwathi emva kwezinsuku eziyisikhombisa amanzi kazamcolo afika emhlabeni;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Uzamcolo waqala emhlabeni emva kwezinsuku eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 7:10
7 Referans Kwoze  

Babedla, bephuza, beganwa, bendiswa, kwaze kwafika usuku uNowa angena ngalo emkhunjini, kwafika uzamcolo, wababhubhisa bonke.


Bese nginisa imvula emhlabeni izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane; futhi zonke izinto eziphilayo engizenzile ngizozibhubhisa emhlabeni.


owachithwa kudala, osisekelo sakhe sakhukhulwa nguzamcolo;


Bheka, ngiletha uzamcolo wamanzi emhlabeni ukuba achithe yonke inyama okukuyo umoya wokuphila phansi kwezulu; nakho konke okusemhlabeni kuyakufa.


Zangena ngazimbili kuNowa emkhunjini, iduna nensikazi, njengalokho uNkulunkulu emyalile uNowa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite